Tuesday 13 August 2013

akukh' uJesu angek' akulungise.

Akukho Jesu angeke akulungise, yebo ngiyazi. As much as uba sezinkingeni that you sometimes think they are beyond you but know that nothing is impossible with God. Konke kuyenzeka kuYe, kholwa nguJesu nje uzobona kwenzeka. Yes ziyafika izikhathi la oke ucabange ukuyekelela but know ukuthi kuba mnyama kakhulu mase kuzosa and sekuzosa nakuwe uNkulunkulu is planning something big for you it's just that bekukwi-process. Bekezelela konke ngoba uJesu unobubele nawe futhi Yena wethembekile.

No comments:

Post a Comment